I-Google Play Books i-app oyidingayo ukuthenga nokujabulela ama-ebook, ama-audiobook, okosomahlaya, ne-manga.
Khetha kumamiliyoni wama-ebook ahamba phambili, okosomahlaya, i-manga, izincwadi zombhalo, nama-audiobook. Dawuniloda ibhuku lakho ukuze ulifunde noma ulilalele usendleleni. Lapho usuqedile, thola okuyintandokazi kwakho okulandelayo kusuka kwizincomo ezenziwe zaba ngokwakho. Thenga ama-udiobook nama-e-book njengoba usendleleni - ngaphandle kokubhalisile okudingekayo.
Khetha kwizigidi zama-ebook athile, ama-audiobook, nokosomahlaya
* Thenga ama-e-book nama-audiobook njengoba usendleleni - akukho okubhalisile okudingekayo.
* Hlola kuqala amasampula ngaphambi kokuthi uthenge.
* Thola izaphulelo ezengeziwe kwizinqwaba ezithile.
* Thola ama-imeyili noma izaziso mayelana nokukhishiwe okusha kwababhali bakho abayintandokazi nokuthi amabhuku wakho asohlwini lwezifiso azoba nini emtitilizweni.
* Zuza Ama-Google Play Points ngokuthenga ngakunye, bese uyawashintsha ukuze uthole isikweletu se-Google Play.
* Thola izaziso noma ama-imeyili mayelana nokwehla kwentengo kumasampula wakho nokukhishiwe okusha kusuka kubabhali bakho abayintandokazi nochungechunge.
* Thola okukhishiwe okusha, okuhamba phambili, nezincomo ezenzizwe zaba ngokwakho kuzo zonke izinhlobo njengezothando, isayensi, okuqanjiwe, i-mystery nama-thriller, ezokukuzisiza, ezenkolo, ezingezona eziqanjiwe, nokuningi.
Ukuzizwela okumnandi lapho kufundwa noma ukulalela.
* Funda noma lalela ku-Android, ku-iOS, noma kubhrawuza yakho yewebhu, ngisho noma ungaxhumekile ku-inthanethi.
* Qhubeka lapho ogcine khona kunoma iyiphi idivayisi.
* Enza ngendlela oyifisayo ukuzizwela kwakho kokufunda. Lungisa usayizi wombhalo, uhlobo lwefonti, amamajini, ukuqondanisa umbhalo, ukukhanya, nemibala yangemuva.
* Landelela inqubekela phambili yakho yokufunda. Funda ukuthi usufunde amaphasenti amangaki nokuthi kusele amakhasi amangaki.
* Hllela ilabhulari yakhi ibe amashelufu. Sebenzisa ithebhu lamashelufu elisha ukuze ukhethe ilabhulari yakho ngamatimu noma uhlobo. Bukha amashelufu wakho ku-Android, ku-iOS, nakuwebhu.
* Londoloza ekhadini le-SD. Khetha ukulondoloza amabhuku wakho kudivayisi noma ekhadini le-SD, ukuze ungaphelelwa isikhala.
* Sebenzisa amathuluzi wokufunda kumabhuku wezingane ukuze uthole izincazelo zamagama ezifanele izingane, lalela amagama athile, noma izwa ibhuku lifundelwa phezulu
* Sebenzisa i-Bubble Zoom yokufunda kosomahlaya okulula kudivayisi yeselula. Thepha ikhasi bese ubuka okosomahlaya kwakho okuyintandokazi noma i-manga yenzeka ngempela.
* Thatha amanothi avumelaniswa ne-Google Drive yakho futhi wabelane nawo neqembu ukuze nihlanganyele kalula.
* Bheka izincazelo, thola ukuhunyushwa, londoloza okuvelele, futhi wenze ibhukhimakhi yamakhasi wakho ayintandokazi ngenkathi ufunda.
* Vula Ukukhanya kwasebusuku ukuze ulungise ngokuzenzekelayo umbala wangemuva nokukhanya noma usethe i-app ukuze isebenzise.
Kubuyekezwe ngo-
Dis 16, 2024