Nge-Spotify, ungadlala izigidi zezingoma nama-podcast mahhala. Lalela izingoma nama-podcast owathandayo futhi ujabuleel umculo ovela emhlabeni wonke.
• Zitholele umculo omusha, ama-albhamu, nama-podcast
• Sesha ingoma yakho oyithandayo, umculi, noma i-podcast
• Jabulela izinhla zokudlalayo ezenzelwe wena
• Yenza futhi wabelane ngezinhla zakho zokudlalayo
• Thola umculo wanoma yimuphi umuzwa nomsebenzi
• Lalela idivayisi yakho, ithebulethi, ideskithophu, i-PlayStation, i-Chromecast, i-TV, nezipikha
Dlala umculo mahhala kudivayisi nakuthebulethi yakho nge-Spotify. Lalela umculo, ama-albhamu, izinhla zokudlalayo, nama-podcast nomaphi lapho ukhona.
Nge-Spotify, ukwazi ukufinyelela umhlaba womculo wamahhala, izinhla zokudlalwayo ezihlanganisiwe, abaculi, nama-podcast owathandayo. Zitholele umculo omusha, ama-podcast futhi ulalele abaculi bakho obathandayo, ama-albhamu, noma wenze uhlu lokudlalayo ngezingoma zakamuva ezifanelana nomuzwa wakho.
I-Spotify iphinda inikeze umculo wamahhala, izinhla zokudlalayo ezihlanganisiwe kanye nezinkulungwane zama-podcast ongeke uwathole kwenye indawo. Thola umculo ovela kubaculi bakho obathandayo, futhi ulalele umculo omusha mahhala.
• Umculo wamahhala nama-podcast enziwe lula – Lalela uhlu lokudlalayo, i-albhamu noma udlale umculo wanoma yimuphi umculi kumodi yokuphithanisa
Lalela umculo nama-podcast kuthebulethi yakho mahhala
• Dlala noma iyiphi ingoma, umculi, i-podcast, i-albhamu, noma uhlu lokudlalayo futhi ujabulele umculo owenzelwe wena
izici ze-Spotify Ekhokhelwayo
• Lalela i-albhamu, uhlu lokudlalayo, noma i-podcast ngaphandle kwamakhefu ezikhangiso. Nge-Spotify ungadlala umculo womculi, nganoma yisiphi isikhathi kunoma iyiphi idivayisi--yeselula, ithebulethi, noma ikhompyutha yakho.
• Dawuniloda futhi udlale umculo wokulalelwa ungaxhunyiwe ku-inthanethi.
• Jabulela imisindo yekhwalithi ejabulisayo emculweni nakuma-podcast enzelwe wena.
• Zitholele umculo omusha noma uhlu lokudlalayo oluhlanganisiwe olufanelana nomzwa wakho. Nge-Spotify uzothola umculo owenzelwe wena ongekho ofana nawo.
• Akukho ukuzinikela - khansela noma nini ngokuthanda kwakho.
Jabulela i-Spotify kudivayisi yakho ye-Wear OS:
• Jabulela umculo wakho oyintandokazi, ama-podcast nama-audiobook lapho ifoni yakho ingekho eduze kwakho.
• Lawula okudlala efonini yakho kanye nakunoma yimaphi amadivayisi akho ahambelana ne-Spotify yakho
• Dawuniloda okuqukethwe kwakho okuyintandokazi ukuze ulalele ungaxhunyiwe ku-inthanethi ngenkathi usendleleni (Ekhokhelwayo kuphela).
• Thola ukufinyelela okusheshayo ku-Spotify Ngamathayela Nezinkinga zethu
pa
Ufuna ukuthola umculo omusha?
Khetha izinhla zokudlalayo, ama-albhamu amasha noma uthole umculo onconywayo.
Uyayithanda i-Spotify?
Sithande ku-Facebook: http://www.facebook.com/spotify
Silandele ku-Twitter: http://twitter.com/spotify
Sicela uqaphele: Lolu hlelo luhambisana nesofthiwe ye-Nielsen audince measurement ezokuvumela ukuba unikele kucwaningo lwemakethe, njenge-Nielsen's Audio Measurement. Uma ungafuni ukuhlanganyela, ungakhetha ukuphuma ngaphakathi kwamsethingi wohlelo. Ukuze ufunde kabanzi ngemikhiqizo yethu yedijithali yokulinganisa izethameli kanye nalokho okukhethayo mayelana nazo, sicela uvakashele ku-http://www.nielsen.com/digitalprivacy mayelana nolwazi olubanzi.
Kubuyekezwe ngo-
Jan 7, 2025