I-Gboard inakho konke okuthandayo Ngekhibhodi ye-Google—isivinini nokwethembeka, Ukuthayipha kokuthinta, ukuthayipha ngezwi, umbhalo wesandla nokuningi
Ukuthayipha kokuthinta — Thayipha ngokushesha ngokuslayida umunwe wakho kuhlamvu ngohlamvu
Ukuthayipha ngezwi — Kalula nje bizela umbhalo lapho usendleleni
Ukubhala ngesandla* — Bhala ngezinhlamvu eziqashelayo neziphrintiwe
Ukusesha i-emoji* — Thola leyo emoji, ngokushesha
Ama-GIF* — Sesha futhi wabelane ngama-GIF mayelana nokusabela okuhle kakhulu.
Ukuthayipha ngezilimi eziningi — Akusekho ukushintsha phakathi nezilimi ngokwenza. I-Gboard izolungisa ngokuzenzakalelayo futhi iphakamise kusuka kunoma yiziphi izilimi zakho ezinikwe amandla.
I-Google Translate — Ihumusha njengoba uthayipha kukhibhodi
* Ayisekelwe kumadivayisi e-Android Go
Amakhulu wezilimi ezahlukahlukene, afaka phakathi:
I-Afrikaans, Amharic, Arabic, Assamese, Azerbaijani, Bavarian, Bengali, Bhojpuri, Burmese, Cebuano, Chhattisgarhi, Chinese (Mandarin, Cantonese, nezinye), Chittagonian, Czech, Deccan, Dutch, English, Filipino, French, German, Greek, Gujarati, Hausa, Hindi, Igbo, Indonesian, Italian, Japanese, Javanese, Kannada, Khmer, Korean, Kurdish, Magahi, Maithili, Malay, Malayalam, Marathi, Nepali, Northern Sotho, Odia, Pashto, Persian, Polish, Portuguese, Punjabi, Romanian, Russian, Saraiki, Sindhi, Sinhala, Somali, Southern Sotho, Spanish, Sundanese, Swahili, Tamil, Telugu, Thai, Tswana, Turkish, Ukrainian, Urdu, Uzbek, Vietnamese, Xhosa, Yoruba, isiZulu, kanye nezinye eziningi! Vakashela ku-https://goo.gl/fMQ85U ngohlu oluphelele lwezilimi ezisekelwayo
Amathiphu e-Pro:
• Ukulawula i-cursor ngokuthinta: Slayida umunwe wakho ku-space bar ukuze uhambise i-cursor
• Ukususa ngokuthinta: Slayidela ngakwesokunxele kusuka kukhiye wokususa ukuze ususe ngokushesha amagama amaningi
• Yenza umugqa wenombolo uhlale utholakala (nika amandla kokuthi Izilungiselelo → Okuncanemayo → Umugqa Wenombolo)
• Amahinti amasimbuli: Bonisa amahinti asheshayo kokhiye bakho ukuze ufinyelele amasimbuli ngokucindezela isikhathi eside (nika amandla kokuthi Izilungiselelo → Okuncamelayo → Cindezela isikhathi eside ukuze uthole izimpawu)
• Imodi yesandla esisodwa: Kumafoni ezikrini ezinkulu, phina ikhibhodi kwesokunxele noma kwesokudla sesikrini
• Amatimu: Khetha eyakho itimu, ngokhiye womngcele noma ngaphandle kwawo
Kubuyekezwe ngo-
Jan 8, 2025